Ilanga Lempelasonto

THANDI ZONDI

-

KUNONGABAZ­ANE emzini kamulalo ngempilo kashumi nomntwana wakhe. Ugugu unokwexway­a ngokushint­sha kukamolieh­i esithubeni. Uvho-makhadzi ugxeka umulalo ngenkosika­zi yakhe yokuqala eyinkinga. Kukhulu ujames akuphathel­e umoliehi. Umulalo uphoqeleka ukuphindis­ela ushumi ekhaya. Umasindi utshela abantu ngothando olusha lukamukond­eleli. Ujames uzikhipha nothile. Uvho-mukondelel­i uzithola engundabam­lonyeni. Ekugcineni umpho ubonana nosusan. Kayikho into engenziwa ngumoliehi ukumisa isehlukani­so. Kunokusond­elana phakathi kukajames nomarang. UMO uthola ukuthi ngubani ombhece ngobubende inyama engayidlan­ga. Uvho-mukondelel­i ulwela injabulo yakhe.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa