ISIDINGO
U-LINCOLN utshela uroman ukuthi abhekane nosebenzile Booi ngesikhathi yena esamatasa nogabriel. U-wendy nohendrik bafihla imizwa yabo phambi kukalalage nezingane. Umakgorometsa ucela ukuzikhipha nomorongwa baye ethe Rec. USEchaba ushaqwa wukuthola umonakalo owenziwe ngugabriel EHD. Ulalage ukholwa wukuthi yena nohendrik bazolungisa izinto kodwa kubukeka sengathi ushaye eceleni. Izinto zihamba kahle ngesikhathi umakgorometsa ekhipha umorongwa. U-obakeng wenza iphutha elibeka impilo kanina engcupheni. Ulalage uthola okuthile okungasho ukuphela kwezinto phakathi kukahendrik nowendy. Ukgothalo uthola okuthile ngabekucabanga. Unina wenza okuthile okutshengisa uvalo ngenxa yokwesaba ulincoln. Umorongwa nogatanga bathola okungajabulisi okwenza umorongwa abasongele.