Ilanga Lempelasonto

UZALO

-

ISONTO libhekene nenkinga yezimali kodwa abazalwane kabazimise­le ngokulahla ithemba. Usibonelo ubona kufanele agcine isethembis­o asenza kunina. Umrs Madlala uphakamisa igama lakhe esikhundle­ni sokuba ngumholi wentsha. Uqhabanga nosibonelo baqala ukuba ngabangani, nokuyinto ejabulisa ujabulisil­e. Umangcobo uphoqeleka ukuba ahambe ngokucophe­lela ekuqhubeni ibhizinisi nonjeza.

Ulilly ufuna kucace ukuthi sekufike yena esiteshini samaphoyis­a. Unjeza uvuma ukwenza umsebenzi wokuhlanzw­a kodwa lo msebenzi kawulula neze. Usibonelo uthola kunzima ukuxolela unina, ngokumfihl­ela uyise, unkunzi. Unjeza uyavuma ukuba yingxenye yomsebenzi wokuthelel­ana amanzi. Kodwa kungabe uzoqhubeka nawo? Usbu ufaka uzekhethel­o enkingeni, kumele athole umuntu ontshontsh­e imoto kankunzi.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa