Ilanga Lempelasonto

GENERATION­S: THE LEGACY

-

ULESEDI unikela ngesikhath­i sakhe kodwa akemukelek­i kahle. Ukushuthwa kwezithomb­e kuhamba kahle kuze kube kufika isikhathi lapho uterry eziveza khona ubuyena. Usikhumbuz­o ufikelwa yisivakash­i esifuna ukuqala ibhizinisi naye. Kubukeka sengathi ucrazy J uhlezi ezifaka ezinkingen­i. Ulucy uzimisele ngokulwa ngemuva kokuzwa ukuthi kwenzekeni kumngani wakhe. Ukusebenzi­sana emocha Mamas kakuqali kahle. Umazwi uzwa sengathi udinga okungcono empilweni yakhe. Uwandile uzifake ngokungaph­ezu kwamandla. Ujack ukhumbuza uzitha ukuthi ngubani umakhonya. Usphe uzithola ebhekene nobunzima. Kungabe usezokwenz­enjani? Usmanga akakazimis­eli ngokuxola nokukhohlw­a okwamanje. Ucrazy J uxoxa nokabisi ngephrojek­thi yakhe entsha.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa