Ilanga Lempelasonto

SKEEM SAAM

-

ULEHASA unokwethus­ayo akuphathel­e ulelo. Izitshuden­i zihaya izinkondlo phambi kothisha, zilindele imiphumela ngabomvu. Izinto ziqhubeka nokuba nzima phakathi kukacelia noAlfred nokugcina sekwenze unimza wagxambuke­la. Injabulo kanoah iba ngeyesikha­shana lapho kuqhamuka ukoloi esho okuthile ngenkondlo yakhe. Ulehasa nolelo bayaxabana futhi. Isimo sezimali sikakwaito sibi njengoba u-plumber ebatshela izindaba ezimbi. Ulehasa ukhipha amazwi anzima kulelo, nokumshiya echiphiza izinyembez­i. Ukoloi ushiya unoah esenkingen­i mayelana nobugebeng­u bakhe bakamuva. Upretty uyakhonond­a uma ukwaito ememezela olunye ushintsho lwasendlin­i.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa