Ilanga Lempelasonto

KANTI YINHLOBONI KAPENDE U-DJ OROS?

-

QOMANI girls asinamona, kodwa lo oqome u-oros shame ngiyamdabu­kela. Lo muntu uvele wazibhixa umlomo njengoba bekuyi

Valentine’s Day ngolwesine. Nokho iyamfanela i- rouge.

Angazi-ke noma yinto ajwayele yini ukuyenza le. Sengidabuk­ela lo ojola naye. Ayikho into ebuhlungu njengokujo­la nethatha ngoba livele likufakele amehlo abantu ngento ebhedayo.

Uyabona nje uma ujola no-oros uyafana nomuntu ojola nengane encane edinga ukugadwa. Usehlise wasiqeda isithunzi sentombi yakho wedj Oros. Ungaphinde uyifake leya nto, ubukisa ngomuntu wakho kubangani bakhe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa