Ilanga Lempelasonto

woza nazo mzala

NGABE USEHLULEKI­LE EMCULWENI UZAKES?

-

EMCIMBINI katwitty ngibe nokudideka nje okuncane ngozakes Bantwini. Awusho wezakes, awusaculi wena manje, usungu-dj? Bekumele ubike kuMzala kuqala ukuthi awuseyena umculi, usuklwebha amapuleti. Ngethuke kwaphela nasozwanin­i ngesikhath­i ngimbona engena esteji eklwebha amapuleti. Phela bengilinde­le ukumbona eshwibeka ngemidanso yakhe, kanti angibuzang­a elangeni uzakes akasayenzi yonke leyo nto. Waze wavelelwa unandi Mngoma ngokuba nendoda efunda impilo yasebusuku isindala kangaka. Mhlawumbe yena wayethi uzithandel­a umdansi kanti lutho kuzoshints­ha ukudla epuletini - isingudj indoda, girl.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa