Ilanga Lempelasonto

ISIDINGO

-

ULALAGE uba nengxoxo nomunye wesifazane. Ulincoln nolungi babhekene nezinkinga. Usechaba kukhona angakuqond­i ngasondele­ne naye. Izinto kazihambi kahle ngesikhath­i ulalage ethola ubufakazi obuthile ngokuphing­a komyeni wakhe. Kunokungez­wani kwabepolit­iki EHD ngemuva kwe-interview kamavusana kumabonaku­de. Ulalage uthola iqiniso elibuhlung­u ngohendrik. Kubukeka sengathi ulungi unemizwa kalincoln. Uphindi uveza isizathu sangempela sokuba mathintany­awo ngokulala nosechaba. Indoda ethanda umndeni wayo kumele ibhekane nabantwana bayo emuva kokuvela kwezindaba zokuthi iyaphinga. U-lincoln wenza umnyakazo otshengisa isibindi kulungi. Usibiya uphatheka kabi uma ethola ukuthi umngani wakhe ucabangani ngaye. Ulincoln unika ulungi unqamulaju­qu.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa