Ilanga Lempelasonto

GENERATION­S: THE LEGACY

-

KUKHONA akusolayo ukabisi ngezinto ezenzeka endlini. Izigebengu ezintathu zenza iphutha ngesikhath­i zithi ziyaziphin­diselela. Uwandi uzama ukuzimela kodwa lokho kakuzi nemiphumel­a emihle. Umazwi kumele azehlise ukuze kusizakale usphe. Umpho uyaqaphela ukuthi izinto zihamba kahle ngapheshey­a. Kungabe okuzovela kuzokwenza umngani kapele agcine eseyisitha sakhe. Utau ulutheka ukuba asayine incwadi. U-ayanda kumhlukume­zile ukuhlasele­ka kwakhe. U-yster unovalo ngomsebenz­i awunikwa nguCosmo. Ukabisi akayithand­i indaba kacrazy J yokuchitha isikhathi elokishini. U-lucy ucabanga ukuthi yinye indlela yokususa isazela esimdlayo.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa