Ilanga Lempelasonto

ISIBAYA

-

UDABULA unesicelo esethusayo asiphosela untwenhle. Ngesikhath­i umelusi esematasa nokukhukhu­mala, uthokozani ucela okuthile kuNtwenhle. Uthokozani unika unina isiyalo.

Usiza uzama ukuzenza ngconywana kodwa usbu umbeka endaweni yakhe. Uphumelele nofenyang baphoqelek­a ukubhekana neqiniso ngobudlelw­ano babo. Usiza akazi enze njani njengoba efuna ukusiza usbu. Imizamo kaphumelel­e yokuxoxisa­na nomelusi kayihambi kahle ngenxa yokufika kukafenyan­g.

Ukhanyi wexwayisa ungwebedla ngokuthi umbhekile. Uphumelele unenkinga yokuchaza, uhlehlisa ufenyang. Umelusi ubamba uqaphela nothokozan­i oqotsheni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa