Ilanga Lempelasonto

GENERATION­S: THE LEGACY

-

ULESEDI uqashelwa ukuba azame ukukhuluma nombali. Ujerah unika umngani isiyalo. Ugadaffi uba nomcabango okungesiwo, udinwa uyaqhuma. Unontle wona umzuzu womngani wakhe obalulekil­e. Uzitha ugxajelwa yisisu uma ethola ukuthi indoda yakhe iphezu kwani.

Ulucy uncama ukuthi abhekane nesigebeng­u kunengane enenkani. Umpho uzinikela ekutheni amukele isicelo sikafikile. Ujack akaneme ngokuthi uzosebenzi­sana nesitha sakhe. Utau uyaqaphela ukuthi usezakhele isitha. Ngabe ingxoxo yasemsakaz­weni ihambe kahle noma cha?

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa