Ilanga Lempelasonto

THANDI ZONDI

- ZOWAKHA MBATHA

UZOQOPHA umlando usomahlaya osezenzele igama kulo mkhakha njengoba ebuye abonakale nasemicimb­ini emikhulu eminye okusuke kukhona kuyo nomengamel­i wezwe ujacob Zuma.

Uzobe eqopha okokuqala ngqa okwaziwa nge-one Man Show emahlayeni. Umondli Mzizi ungomunye wosomahlay­a abavelele eningizimu Afrika kanti kulolu hlobo lomcimbi, usingaye usuke enesikhath­i esiningi esiteji okungaze kufinyelel­e nakwihora nangaphezu­lu. Ngokujwaye­lekile osomahlaya baba sesiteji imizuzu ethi mayibe SIYAPHELA isikhathi kubabukeli abathanda ukuvotela osaziwayo ababathand­ayo emncintisw­aneni wezindondo lapho kuzobe kuhlangani­swe khona cishe osaziwayo abasemikha­kheni engaphezul­u kweyishumi.

Lapha ngikhuluma ngomncinti­swano obizwa NGEDSTV Mzansi Viewers Choice Awards ozoba ngomgqibel­o zingama-26 kwephezulu, egoli.

Lokhu kuklonyeli­swa ngezindond­o kubhekiswe kosaziwayo baseningiz­imu Afrika kuphela.

Yize kwabanye kubonakala njengokuch­ema lokhu kodwa yiyona miklomelo yezindondo ebhekele osaziwayo abavelele emikhakhen­i eyahlukene baseNingiz­imu Afrika, abazokheth­wa ngababukel­i BEDSTV.

Kubonakala kuwumqondo omuhle impela lo ngoba phela kuzosinika amandla negunya lokukhetha umuntu esimthanda­yo ngokumvote­la ngakho akekho ozophinde athi qhubekani ninomona.

Phela lapha uzobe unesiqinis­eko sokuthi kuyacaca ukuthi abantu kabakuzwa njengoba wena ucabanga. Le miklomelo kayibheki endimeni eyodwa mihlanu nangaphezu­dlwana. Nakuba kuyaye kube khona abamvulela­yo kodwa bayaye benze okujwayele­kile.

Okamzizi umcimbi obizwa ngethe Step Father uzoba seplayhous­e ngomgqibel­o ozayo zinhlanu kuncwaba (5 August). Lo mcimbi uzohlukana izigaba ezimbili njengoba esokuqala sizoqala ngehora lesibili emini, esilandela­yo sibe ngelesishi­yagalombil­i kusihlwa. Uthi inhloso wukuvulela ithuba nalabo abangakwaz­i ukuba sedolobhen­i ebusuku.

Akamusha umondli kulo mkhakha njengoba eseke wahlabana nangezindo­ndo okubalwa eyamasatma ngowezi-2010 kodwa ibheka umculo, ukulingisa, osomahlaya, abalobi, ezemidlalo nokunye okuningi.

Kungithoko­zisile ukufakwa komkhakha wosomahlay­a kulo mncintiswa­no futhi nokubona kukhethwe labo abanohlonz­e ngempela.

Phela osomahlaya bayafana nabalobi ngoba bangabantu abenza umsebenzi omuhle neyefuture Leaders ngowezi-2014.

“Nginqume ukuqamba lo mcimbi ngaleli gama ngoba kuwudaba olujwayele­kile nengikhulu­ma kakhulu ngalo. Abantu mabalindel­e ukubona into yamehlo. Yithuba kimi leli lokubonga kwabangese­kile yonke le minyaka ngoba kabasajway­ele ukungibona ngoba sengigxile kakhulu emicimbini ekhethekil­e yabamabhiz­inisi,” usho kanje.

Amathikith­i atholakala ngo-r150 e- computicke­t kanti ILANGA lingabanye babaxhasi.

zowakha@ilanganews.co.za kodwa kababhekel­elwa uma kunikezelw­a ngezindond­o.

Kuphinde kwaba yintokozo kakhulu ukubona uhla lwemikhakh­a yezokuling­isa lufaka abantu abafana nontokozo Dlamini, Warren Masemola, Siyabonga Thwala, Sello Maake Kancube nothemba Ndaba; kwathi kwabesifaz­ane kwafakwa uvatiswa Ndara, Thuso

 ?? ISITHOMBE: YOU TUBE ?? UWARREN Masemola ungomunye wabaqokwe KWIDSTV Mzansi Viewers Coice.
ISITHOMBE: YOU TUBE UWARREN Masemola ungomunye wabaqokwe KWIDSTV Mzansi Viewers Coice.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa