Ilanga Lempelasonto

ODABENI LWE-TWEET YESITESHI SOMSAKAZO IRADIO 702 LA KUQHATHANI­SWE KHONA IZINGANE ZABAMNYAMA NEMIDLWANE, NANSI IMIBONO YAKUFACEBO­OK:

-

KAZI bekuyini inhloso yale tweet ebukela phansi abantwana ngalolu hlobo? Mbongeni Shezi

YISIPHUKUP­HUKU kuphela esingathi kasikuboni okungasile kulo mbhalo. Ngigeza izandla, lafa elikamjokw­ana kandaba madoda! Siyabonga Zulu

NGIYAPHIND­A futhi ngithi umuntu onsundu uyohlale eyisilwane phambi kwezinye izinhlanga.

Kusho ukuthi nguye umuntu wohlanga owaqalekis­wa manje inhliziyo yakhe iyohlale ibuhlungu ngoba kwaqalekis­wa ugehazi, ukhokho wabo, (II Kings 5:1-21), funda lapho uzothola kahle. Henry Cannabist Mngomezulu

THINA ndlu ensundu kusagcogco­nyelwa kithi nje noma singakuzib­a lokho kodwa kwenzeka mihla namalanga.

Phumlani Muthwenyon­go Langa

KUNENTO ecikayo efana nehlaya eliphindwa njalo ngisho lingasa- hlekisi. Laba kabakhatha­li yini wukusiband­lulula?

Bongani Cosurtwo Ndlovu

HHAWU madoda, injemnyana vs ingane emnyama pho? Cha ziyasizond­a ezinye izinhlanga. Celi Lindoe

NGAZE ngazizwela lezi zingane ezincane sezifanisw­a nezinja.

Poppy Mthombeni MASINGAGXE­KWA bakwethu ngokuba ngabansund­u, nathi sidaliwe kasizenzan­ga. Tshezi Nozukile NGIYETHEMB­A ziwubonile lo mbhalo lezi zithutha ezilandela ummusi Maimane neda. Kholiwe Xaba

KHULA ubemdala lapha emqondweni wena ngane kaxaba, IDA ingenaphi la? Mzakes Nyangandun­a

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa