Ilanga Lempelasonto

Nengoma katambo

-

moya kele - lwakhe.”

Ulira ubehamba nomyeni wakhe, urobin Kohl.

Ephawula (ulira) ngomshado wabo ulira uthe: “Hheyi kumnandi lapha, sisabambis­ene kahle nomyeni wami. Akasiye umlungu urobin, ungumuntu phaqa, singathi ungumlungu ngebala, uhambisana nazozonke izimo namasiko akithi.

“Uyabona nje nawe ukuthi angithanda­nanga nekhehla lomlungu, yinsizwa uqobo lena,” esho ehleka emkhomba.

Mayelana nokuthola abantwana uthe: “Angazi noma ngiyabadin­ga noma angibading­i. Akusiyo into engiyibeke engqondwen­i leyo, okwamanje angikho ezinhlelwe­ni zokubathol­a. Angazi noma uma bengafika ngingakwaz­i yini ukubanakek­ela. Ngiyajabul­a nokuthi abasemzini nomyeni wami abangixini ngokuthi bayabafuna.”

Ulira uthi ohambeni lwakhe lwapheshey­a kwezilwand­le ubeyocobel­ela ulwazi kosaziwayo bomculo, efuna ukwazi ukuthi benza ngani bona ukuze umculo wabo uhlale isikhathi eside ezinhliziy­weni zabantu, ekubeni abakuleli baqamba ogqamcishi bezingoma. Ingoma ka-oliver Tambo izodedelwa ngenyanga ezayo.

NANGO-KE omunye engiphoxa! Kodwa lo magriza uphuza nhloboni yesiphuzo? Sengathi sazilaya ngokumlale­la ekhuluma ngendaba yamagupta’s. Akasayeki-ke ukukhuluma. Muva nje usevele athi uyakhuluma, ashiphe nje. Yini nje le nto ayisho kufacebook? Ukuthathap­hi ukuthi umdala kangaka ukhulume umsangano osezingeni eliphezulu kanje. Uthini ngempela uma uthi uyakholwa wukuthi isomiso esihlasele e We s t e r n Cape senziwe ngumuntu? Wake wakuzwaphi ukuthi kukhona umuntu wase- mhlabeni okwazi ukwe- nza isomiso

ezweni?

 ??  ??
 ?? ISITHOMBE NGU: KNOWLEDGE SIMELANE ?? Mambazo nomyeni wakhe, urobin Kohl, nabanye ethekwini.
ISITHOMBE NGU: KNOWLEDGE SIMELANE Mambazo nomyeni wakhe, urobin Kohl, nabanye ethekwini.
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa