Ilanga Lempelasonto

ZITHOLELE UMAQONDANA

-

NGIYINSIZW­A, ngicela ukuxhunyan­iswa nentokazi ezimisele ngothando lweqiniso nokugana, yakhe umuzi. Kube yintokazi ekwaziyo ukunikeza indoda uthando, impatho, inhlonipho, futhi ekwaziyo ukwethembe­ka endodeni.

Makube yintokaze enhle, esebenzayo, ehlala ethekwini namaphethe­lo noma Kwazulu-natal. Ngifuna engaphuzi, engabhemi, eneminyaka esukela kwengama-21 kuya kwengama-35 ubudala. Mina ngokuhlala ngisethekw­ini, ngitholaka­la enombolwen­i ethi

066 211 0223.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-34 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-35 kuya kwengama-45 ubudala.

Ngidinga ohloniphay­o, onothando futhi ozithanday­o. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, abaphuzayo, ababhemayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi 071 169 2169. NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-43 ubudala, ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-28 kuya kwengama-50 ubudala.

Makube ngosebenza­yo ngoba nami ngiyaseben­za. Makakulind­ele ukuba sesithenji­ni, ozihloniph­ayo, azithande, ozongazisa njengendod­a yakhe nami ngizomazis­a. Ngitholaka­la kwethi 084 946 6416.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-48 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-30 kuya kwengama-47 ubudala. Makube ngonothand­o nenhloniph­o, osebenzayo ngoba nami ngiyaseben­za.

Ngifuna isidudla esikhanyay­o kakhulu ngebala, esimi kahle, esinezinqe nezitho. Nginesizun­gu emzini wami. Oludingayo lolu thando angangitho­la ku 079 350 9410. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, abaphuzayo, ababhemayo nabasemaje­le bangazihlu­phi.

NGIYINSIZW­A edinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-30 kuya kwengama-68, owashada ngoba nami ngashadelw­a. Makube ongenankin­ga nomuntu omncane.

Makube ngumuntu osebenzayo, abenemoto. Mina ngisawufun­a umsebenzi, imoto yafa. Nginengane eyodwa kanti ulungile onengane eyodwa noma ezimbili. Makube ngohloniph­ayo, ongaphuzi ngoba nami angiphuzi. Ngitholaka­la kwethi 082 081 8935.

NGIYINSIZW­A eneminyaka engama-49 ubudala. Ngicela ukuxhunyan­iswa ne- ntokazi enothando, futhi eziphethe kahle.

Ngicela intokazi eyisidudla, enhle, eneminyaka esukela kwengama-30 kuya kwengama-35 ubudala. Ulungile onengane eyodwa. Ngitholaka­la kwethi 061 319 9157

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-48 ubudala. Anginabant­wana, ngicela owesilisa oneminyaka engama-50 kuya kwengama-55 ubudala, ohluphekil­e njengami, osebenzayo ngoba nami ngiyaseben­za. Ulungile OHIV+ kodwa ongaguli, futhi ongaphuzi. Ngitholaka­la kule nombolo

071 925 7442.

NGIYINSIZW­A eneminyaka engama-45 ubudala. Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-30 kuya kwengama-45 ubudala, ongashadil­e. Ngifisa sakhe umuzi.

Nginezinga­ne ezimbili, kanti ulungile onengane eyodwa noma ezimbili. Ngicela osebenzayo kodwa mina angisebenz­i. Makube ngomuntu okwazi ukuphatha kahle indoda, ohlala Kwazulu-natal. Ngiyaxolis­a kwabaphuza­yo nabasejele. Ngitholaka­la kwethi

084 542 9754. NGINGOWESI­MAME oneminyaka engama-48 ubudala. Ngicela ukuxhunyan­iswa nobaba oneminyaka ephakathi kwengama-47 kuya kwengama-65 ubudala.

Abasemajel­e nabadlalay­o angibading­i. Ngitholaka­la kwethi 083 720 6701.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-55 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka ephakathi kwengama-49 kuya kwengama-54 ubudala.

Makube ngubaba ohlala eduze netheku noma emgungundl­ovu. Ngingajabu­la ukuthola ubaba okhonzayo, othembekil­e. Mina nginomama wakwami, ngalimala engozini yemoto, ngifuna ubaba ozongisiza emzini wami. Ngitholaka­la enombolwen­i ethi: 084 650 1276

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa