Ilanga Lempelasonto

EKHISHINI:

-

U-15ml (ithisipuni elilodwa) ye- olive oil

Uhhafu ka- green pepper, okhishwe izinhlamvu waqotshwa Iphakethe le- streaky bacon

Uhhafu wekopi eliwu-410g le- Rhodes chopped & peeled tomato with mixed herbs

U-250ml (inkomishi eyodwa) kashizi ogreyithiw­e Amaqanda awu-8 amakhulu

Usawoti ne- freshly ground black pepper

Shisisa amafutha epanini, uthose igreen papper imizuzwana ize ithambe, bese uyibeka eceleni.

Esitsheni sokubhaka esinezikha­la eziwu-12, yendlala ubhekeni, uqinisekis­e ukuthi ugcoba okusamafut­ha (non-stick spray). Thela isipuni serhodes Chopped & Peeled Tomato with Mixed Herbs esikhaleni ngasinye. Faka u- green pepper ngaphezu kukatamati­si, bese ufaka noshizi ogreyithiw­e.

Shaya amaqanda ndawonye kujeke, uthi phohlo i- salt and pepper.

Thela amaqanda ngaphezu kukashizi, uqikelele ukuthi esikhaleni ngasinye kuyagcwala. Bhaka ingxube ekushiseni okuwu-180 degrees celsius imizuzu engama-25, noma nje aze avuthwe kahle.

Khipha kuhhavini, ukuyeke imizuzwana embalwa, kuphole. Kumnandi kusashisa. U-500ml (2 wezinkomis­hi) we- cake flour

U-15ml (isipuni esisodwa) se- baking powder

Usawoti omncanyana

Ikopi elilodwa (410g) le- Rhodes Whole Kernel Corn, ecwengiwe U-125 ml (uhhafu wenkomishi) we- butter ebandayo, yenziwe izikwele

Iqanda elilodwa elikhulu U-190ml (inkomishi ecishe igcwale) we- buttermilk

Iqanda elilodwa elishayiwe Sefa ufulawa, i- baking powder

nosawoti ndawonye kube izikhawu ezimbili. Hlanganisa ibhotela nofulawa. Faka umbila ( Rhodes whole kernel corn).

Esitsheni esikhulu faka iqanda ne- buttermilk ukuhlangan­ise nda wonye, bese uthela kufulawa. Hlanganisa kube yinhlama. Yendlala inhlama ibe wugqinsi olungaling­aniselwa ku-2cm, sebenzisa i- cookie cutter noma ingilazi ukuze wenze izindiling­a zamakhekhe.

Faka esitsheni sokubhaka, ugcobe ngeqanda elishayiwe ngaphezulu. Faka kuhhavinin­i ubhake imizuzu eyi-10 kuya kweyi-12, ekushiseni okuwu-200 degrees celsius

Wayeke aphole amakhekhe. Uma esepholile angagcotsh­iswa i- butter, ushizi ogreyithiw­e noma ujamu. Umango ombili, ocwecwiwe, wakhishwa izinhlamvu waba yizingcezu Ubhanana ombili

Izinkomish­i ezimbili ze- vanilla yoghurt

Izinkomish­i ezimbili zobisi Hlanganisa zonke izithako kwi- blender, ukugaye kuze kucoliseke kushube kahle.

Thela engilanzin­i, uziphuzele.

 ?? ISITHOMBE: RHODESQUAL­ITY.COM *UMTHOMBO: RHODESQUAL­ITY *UMTHOMBO: RHODESQUAL­ITY ISITHOMBE NGABE: WHATSHEATE.COM ISITHOMBE: JOYLOVEFOO­D.COM *UMTHOMBO: RHODESQUAL­ITY ?? THOLA wonke umsoco kwi- yisidlo sasekuseni. ekulungele kakhulu ukuba UMA ungesiye umuntu othanda amaKULULA ukwenza ismoothie sikabhanan­a no-mango. ekuseni zenzele amaalula.
ISITHOMBE: RHODESQUAL­ITY.COM *UMTHOMBO: RHODESQUAL­ITY *UMTHOMBO: RHODESQUAL­ITY ISITHOMBE NGABE: WHATSHEATE.COM ISITHOMBE: JOYLOVEFOO­D.COM *UMTHOMBO: RHODESQUAL­ITY THOLA wonke umsoco kwi- yisidlo sasekuseni. ekulungele kakhulu ukuba UMA ungesiye umuntu othanda amaKULULA ukwenza ismoothie sikabhanan­a no-mango. ekuseni zenzele amaalula.
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa