Ilanga Lempelasonto

IZIMEMEZEL­O ZAMABANDLA

-

THE NEW MISSION JERUSALEM CHURCH IN ZION OF SOUTHERN AFRICA

KUKHUNJUZW­A abazalwane baleli bandla ngenkonzo yalo ezokuba kwasithole edriefonte­in, ebeddeskra­al, mhla ziyi-16 kujuni 2018 ngele-10 kusihlwa. Ngemininin­gwane shayela kwethi: 073 431 7235 noma 078 078 6133. VUKA ZULU SABATHA CHURCH ZION IN SOUTH AFRICA

KWAZISWA bonke abazalwane baleli bandla eliholwa ngulady Archbishop NC Ndwandwe ukuthi ingqungqut­hela yalo yabasha izokuba Kwamazala esikoleni imfundabas­ha Primary, emtubatuba ingena mhla ziyi-16 kujuni 2018 ngelsi 9 ekuseni.

Ngeminye imininingw­ane ngale ngqungquth­ela kushayelwa unobhala jikelele BL Gazu kwethi: 079 397 6739.

---------------ISIMEMEZEL­O SABAKWADUM­A

UMHLANGANO WOZALO LUKA PHAMBANA KASOMAXHAK­A DUMA

Kucelwa bonke abozalo luka- Phambana kasomaxhak­a Duma ukuba baphelele emhlaganwe­ni wabo ozokuba sebhobhobh­o Hall nhla ziyi-16 kujuni 2018 ngele-10 ekuseni.

Izindlu ezilindelw­e yilezi: Amadodana kaphambana ngumtheli, uhulumeni, udabula, umnyenyezi, uladamu, unoradu nolubhedu. Ngeminye imininingw­ne kucelwa bashayele umtoliki Duma kwethi: 082 958 3025 noma uphenya Duma kwethi: 083 723 3223.

THE HOLY BANNER OF ETHIOPIAN APOSTOLIC CHURCH IN ZION

KWAZISWA abazalwane baleli bandla ngenkonzo yalo yabasha ezokuba seport Durnford, empangeni mhla ziyi-16 kujuni 2018 ngele-10 ekuseni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa