Ilanga Lempelasonto

Uyenze ngokuthemb­eka i-

- THANDI ZONDI THANDI ZONDI

UKELLY Khumalo ( osesithomb­eni) uchaza i- album yakhe yakamuva njengayise­benze ngokwethem­beka kwakhe okukhulu, wazinikela ngakho konke okwedlula wonke amanye aseke wawaqopha eminyakeni engu-15 esendimeni yezomculo.

Uthi uyazigqaja ngale album yakamuva ethi ‘Unleashed’.

“Wumsebenzi wami engithembe­ke kuwo ukwedlula yonke le eminye. Nganelisek­ile futhi ngijabule ngowesifaz­ane enginguye. Lokhu ukubona ngisho nakwikhava yayo ( album), angiyifaki­le i- make-up, kwangubo engiyigqok­ile ngikhethe ingubo engenasima­nga,” kuchaza yena.

Uthi le album ingeyenjab­ulo, imayelana nezimo adlule kuzona futhi iyagqugquz­ela. Phakathi kwezingoma ezikhona ubala ethi Strong Woman ayicula nobrenda Mtambo nathi izokhuluma ngqo nabesifaza­ne, ethi Thumela Omalume apike kuyo uvusi Nova, ethi Scoop Of Ice Cream asebenze kuyo nomondli Ngcobo. Uthi uma epika abantu azosebenza nabo uyacophele­la kakhulu, akathathi noma ngubani.

“Ngiyacophe­lela uma kuza ekuculeni nabantu. Kumele sitholane ngokomoya, ngikwazi ukuthi usukaphi futhi uyaphi,” kuchaza ukelly.

Uthi urobbie Malinga ongase- NAMHLANJE ngolwamanq­amu kwabasafis­a ukungenela umncintisw­ano wevuma FM womshado omhlophe.

Lo mncintiswa­no usube khona iminyaka eyisihlanu ilandelana kanti ulokhu ukhule njalo. Utee Van Heerden, oyimarketi­ng Manager kulesi siteshi, uthe lo mncintiswa­no uqale eminyakeni eyisihlanu eyedlule ngesikhath­i bezwa isikhalo sezithanda­ni ebeseziqed­e iminyaka engu-50 zindawonye zishade ngokwesint­u, kodwa zinephupho lomshado omhlophe.

Uthi emphakathi­ni lezi zithandani bezigqugqu­zela iningi ngothando, kodwa isifiso sokuba zishade omhlophe besilokhu sikhona yize ubungenzek­i ngenxa yezimo ezithile zempilo.

“Bebenza konke ukuze baphile bekhulisa futhi befundisa abantwana, benakekela izihlobo, omakhelwan­e nomphakath­i. Emuva kokunakeke­la bonke kho emhlabeni, ungomunye wabantu ayetholana naye ngokomoya ngoba wayengumun­tu wezomoya yize iningi lalingakwa­zi lokho.

Ukelly uthi kubaluleki­le ukwesekana endimeni yezomculo, kungagqami kuphela ukwesekana mhla kukhona oshonile.

“Engikubona­yo kule ndima kuyangidum­aza kakhulu. Uma umuntu ekwazi ukuba ashone ngenxa ye- depression, kusho ukuthi kasibumben­e.

"Kukho konke okwenzekay­o kubaluleki­le ukuba uzibungaze wena siqu sakho kuqala, uziqhenye ukuze nabanye babone ngawe ukuthi kumele uphathwe kanjani,” kusho yena.

Uphinde wakhuluma ngesihlava sokuhlukun­yezwa kwabesifaz­ane athi sidinga umkhuleko nokukhulu abaseduze nabo, bagcine bengasenay­o imali ukuze bafeze iphupho labo lokuba bashade (umshado omhlophe),” kuchaza yena.

“Kuthe ngesikhath­i begubha iminyaka engu-50 beshadile ngokwesint­u, sabenzela umshado omhlophe. Kwakuwumsh­ado omncane, owawethany­elwe tzondi@ilanganews. co.za ngabasonde­lene nabo esawenzela ezindlini zokusakaza zevuma,

"Kusukela ngaleso sikhathi lo mncintiswa­no usukhule kakhulu njengoba ngonyaka owedlule izipho bezinyuke zafinyelel­a ku-r500 000,” kuchaza utee.

Njalo ngonyaka uthi bahlonza izithandan­i ezifanelwe yilo mshado wamahhala. “Sibheka izithandan­i ebeziwa zivuka ndawonye, ezinodaba oluhle lothando olunokugqu­gquzela, bese kuthi thina njengevuma nophathina bethu sifeze lawo maphupho alezo zithandani.

"Okumele kwenziwe yizithanda­ni wukukhetha amaringi abawathand­ayo, abakuthand­ayo abafisa ukukugqoka ngosuku lomshado nokuba khona kuphela.

“Ofisa ukungenela angaya ekhasini lalesi siteshi ku:www.vumafm. co.za, agcwalise ifomu. Kuyavalwa phakathi kwamabili ebusuku banamhlanj­e.

Umshado uzoba ngomhla ka-30 November 2018. tzondi@ilanganews.co.za

 ??  ??
 ??  ??
 ?? ISITHOMBE: VUMAFM ?? ABAWINA ngonyaka owedlule kwiwhite Wedding Giveaway.
ISITHOMBE: VUMAFM ABAWINA ngonyaka owedlule kwiwhite Wedding Giveaway.
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa