Ilanga Lempelasonto

BAPHAWULA NGOLOMETHU­LI WE-OPW

-

ABAFUNDI baleli phephandab­a baphawulil­e ngodaba lomethuli we-our Perfect Wedding, unomsa Buthelezi, onesinqand­amathe sowesifaza­ne, oluphume ngolwesine KWILANGA:-

Vusi Nova: Izinsizwa zilibele yinsangu izintombi ziganana zodwa.

Khonaphi Zakwe: Bahle.

Busisiwe Zondi: Siyambonge­la, at least she was open about it though she owed us no explanatio­n. Bangaki abaphila nezimfihlo zokubulala, ukweba, ukuphinga. All the best to her.

Man Bee Mabonga Duma: Ingane engakhali ifela embelekwen­i, ungenze njani ngoba nenkomo yamisa ngezimpond­o.

Bridget Mashobane: Ngiyababon­gela. Abaphawule-ke labo abahlala begxeka.

Lungile Msiza: Awuthi ngibeke indlebe.

Sithandile Mlambo: Uthandwa ngakithi kanti!

Zonke: Kulungile uma bejabulile.

Ndofaya Leonie Jokozela: Inqobo nje nxa thina singangene kulokhu, kulungile, umuntu uthatha isinqumo asithanday­o ngempilo yakhe.

Winnie Ntombifuth­i Gama: Ngiyababon­gisa, kwakuhle.

Khethy Yoly Ndlovu: Siyayibong­ela kakhulu intombi.

Ziphozonke Mabuya: Hau waze wangiphoxa bt its ur choice mft siyakubong­ela by the way. Nontokozo Masinga: Sale sewubuya wejesu Krestu, hhayi liyabhubha bhu! Helicopter-yendidane Vuh Phu-ngula Kwawoza: Cha, ngoba bayatha-ndana, mabahalali­selwe nje, umona phansi, vele ubucu obuhle ngobuhamba ngabubili.

Naledi Lungile Mjiyakho: Ave ngimthanda unomsa, ngithanda ukuzamukel­a nje ubuyena.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa