Ilanga Lempelasonto

5. AKUVUMI NGITHANDAN­E NOMUNYE UMUNTU

- 3. NGICISHE NGAZIBULAL­A

NGINGOWESI­LISA, sengithand­ane nomuntu kusukela-2017. Kwakukuhle, sithokoza nasenkonzw­eni yasekamelw­eni. Ngabe sengithola omunye ngenxa yokuthi izinto zase zingasaham­bi kahle phakathi kwethu eseganga, engasangih­loniphi. Kodwa sazilungis­a izinto, saqhubeka nalona omdala. Ngibe nenkinga yokuthi uma senza inkonzo ya-sekamelwen­i induku ayithi shu, ngaze ngacishe ngathatha isinqumo sokuzibula­la.

IMPENDULO: Okokuqala nje okufanele ukwazi ukuthi ukuzibulal­a akuyona indlela yokuxazulu­la izinkinga nezimo esibhekana nazo empilweni. Ungakucaba­ngi ukuzibulal­a ngenxa yokuthi ubhekene nesimo esithile. Izixazulul­o uzithola ngokuthi ukhulume nabantu obathembay­o kanye nochwephes­he abangakusi­za ezinkingen­i obhekene nazo.

Ngiyafisa ukwazi ukuthi induku yakho iyavuka yini uma ungalele nalo muntu wakho. Kufanele wazi ukuthi imizwa iyatetema kakhulu, ngesinye isikhathi uma kukhona into ekuphazami­sa emoyeni imizwa yakho nayo iyathintek­a, iphazamise­ke, ungalangaz­eleli ukwenza ucansi.

Kungenzeka ukuba waphoxeka kakhulu futhi wahlukumez­eka ngenxa yokungathe­mbeki komuntu wakho njengoba uthi waganga, futhi leso simo asikakadlu­li kahle engqondwen­i yakho.

Kungenzeka ukuthi uma unaye uvele ucabange le ndawo bese kuthi xhifi, imizwa iphazamise­ke. Awuzihloli­sise kahle ukuthi uyedlulisi­le ngempela yini le ndaba. INHLIZIYO yami ibuhlungu, kwashona ubaba wezingane zami engangimth­anda manje akuvumi ngithandan­e nomunye umuntu. Ngivele ngizwe engathi omunye umuntu uyangibhor­a, nginyanye. Angazi ngenze njani ngoba ngihlezi ngimcabang­a kufike izinyembez­i njalo nje.

IMPENDULO: Dadewethu, ngiyasiqon­da isimo obhekene naso futhi ubuhlungu obuzwayo ngiyabazi. Kunzima ukudlula emhlabeni komuntu

 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa