Ilanga Lempelasonto

HOMEMADE BROWN BREAD

- OATS BISCUITS

flour, cheese room tempera- ndawonye, endishini enkulu. Eceleni, xuba amaqanda, ibhotela nobisi bese uthela ku- flour. Qala uxove ngesineke kuze kuhlangane kahle.

Uma inhlama isiqala ukuthamba futhi ishelela esandleni, yenze ibhola bese uyibeka endaweni efudumele ukuze isheshe ikhukhumal­e. Linda ikhukhumal­e ize iphindeke kabili ubukhulu. Ixove uyishonise phansi, lokhu akube ngaphansi kwemizuzu emihlanu ukuze ingaze ikhathale.

Icaze ibe amabhola amancane, yibeke endaweni efudumele ukuze inyuke futhi. Sebenzisa i- rolling pin ukundlala inhlama ize ibe isibaca. Thela u- cheese, ubeke ngaphezulu i- ham noma u- polony noma ama- vienna. Thela ama- herb aqotshiwe.

Faka ku- oven isikhathi esiwu-10-15 wemizuzu.

Ibeke kwi- wirerack iphole.

*Baking tip

Ungasebenz­isa noma yini ekhona ekhishini lakho ukunonga i- pizza yakho. Kungaba inyama noma amaveji. Ungayifaka efreezeni. IZITHAKO ZESINKWA:

Isikhathi sokulungis­a: 50 wemizuzu Isikhathi sokubhaka: 30-35 wemizuzu Kuphuma: 1

1kg brown bread flour 15g instant yeast

50g kashukela

5g sawoti

100g wheat bran

50g webhotela elincibike­le 100ml wobisi oluntukunt­uku 1x iqanda elishayiwe

INDLELA YOKWENZA: Zonke izithako mazibe kwi- room temperatur­e.

Shisisa oven uwubeke ku-200.

Hlanganisa uflour, i- bran, usawoti, ushukela ne- yeast ndawo nye endishini enkulu.

Eceleni, xuba ibhotela nobisi bese uthela ku- flour. Qala uxove ngesineke kuze kuhlangane kahle.

Uma inhlama isiqala ukuthamba futhi ishelela esandleni, yenze ibhola bese uyibeka endaweni efudumele ukuze isheshe ikhukhumal­e.

Linda ikhukhumal­e ize iphindeke kabili ubukhulu. Ixove uyishonise phansi, lokhu akube ngaphansi kwemizuzu emihlanu ngoba akufuneki ukuba ize ikhathale.

Ifake kwi- bread pan egcotshwe ngamafutha. Igcobe ngeqanda inhlama, ulinde ikhukhumal­e futhi.

Ibhake imizuzu engu-30 kuya kwengu-35, bese wehlisa u- oven uwubeke ku-180. Ukuze uqiniseke ukuthi sivuthiwe, faka i- toothpick phakathi nendawo, uma iphuma ingenaluth­o kusho ukuthi sivuthiwe.

Sikhiphe usibeke kwi-wire rack siphole.

Ungenza ngaso amasamishi.

* Baking tip

Ukuze isinkwa sakho singomi siqine, beka indishi enamanzi phakathi ku- oven ngesikhath­i ubhaka. Qikelela ukuthi leso yisitsha esikwaziyo ukumela ukushisa kwamazinga aphezulu. IZITHAKO

250g webhotela 125g wecastor sugar 150g uflour

150g oats

5ml vanilla paste/extract

INDLELA YOKWENZA

Shisisa u-oven uwubeke ku-160.

Hlanganisa ushukela, yivanilla paste nebhotela kwimixer, ukushaye kuze kube- mhlophe kuthambe.

Sefa uflour bese uwuhlanagi­sa neoats ufake kwi-mixer, ukuthele izigaba ungawufaki wonke kanye kanye. Imixer mayibe kwi-speed esiphansi. Ungaxovi isikhathi eside.

Ikhiphe inhlama kwi-mixer, uyigoqe ibe amabhola amancane, ifake efrijini amahora amabili.

Ikhiphe efrijini, uyicindeze­le ibe isibaca, uyifake kwi-baking tray. Bhaka imizuzu ewu-12. Wakhiphele kwiwire rack, aphole. isikhathi eside.

 ??  ?? NJENGOBA izingane sezibuyele esikoleni, le recipe izokusiza ubenzele i-lunchbox emnandi.
NJENGOBA izingane sezibuyele esikoleni, le recipe izokusiza ubenzele i-lunchbox emnandi.
 ??  ?? ZIBHAKELE esakho isinkwa esinempilo.
ZIBHAKELE esakho isinkwa esinempilo.
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa