Ilanga Lempelasonto

MY BULULU:

-

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engu-42 ubudala, odinga owesilisa oneminyaka ephakathi kuka-40-60 ongaganiwe. Ngiyisidud­ula sentokazi ebukekayo. Ngitholaka­la kwethi: 083 923 6253.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engu-46 ubudala, osebenzayo. Ngicela intokazi esebenzayo eneminyaka esukela ku-35 kuya ku-40, eziphethe kahle. Makube ngenezinqa ezinkulu, epakishe ngempela, angiwathan­di amalamb'edlile (izilenda). Makube ngoseduze netheku. Ngitholaka­la ku: 063 601 1630. NGINGOWESI­LISA oneminyaka engu-50 ubudala, ofisa ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka ephakathi kuka-20 kuya ku-45. Makube ngozaziyo ukuthi ufunani empilweni, ongenaso isikhathi sokudlala, onothando lweqiniso.

Nabasemaje­le ngiyabemuk­ela, mabeze kodwa kube ngoseduze nejohannes­burg. Ngitholaka­la kwethi: 078 739 0730.

DOKOTELA wothando, ngingowesi­lisa oneminyaka engu-45 ubudala, ocela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne odinga uthando lweqiniso. Makabe neminyaka ephakathi kuka-43-47. Ulungile NOHIV+ kodwa ongaguli, nonezingan­e ulungile. Ngicela kube wongabhemi nongaphuzi. Ngitholaka­la kwethi: 060 415 6115.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engu-69 ubudala, okholwayo nocela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka ephakathi kuka-42-50, owesaba uthixo. Kube ngogqoka phakathi kukasize-34-38. Ngingajabu­la uma engahlala eport Shepstone noma emgungundl­ovu. Ngiyaxolis­a kwabaphuza­yo, ababhemayo nabadlalay­o. Ngitholaka­la kwethi: 081 511 0203.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engu-55 ubudala, wakwanyusw­a, ocela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka ephakathi kuka-24 no-35, omuhle, othandazay­o, ompofu ngebala nongenayo ingane.

Makube ngogqoka u-size 34, abe ngowasezul­uland District, emgungundl­ovu noma eport Shepstone. Ngicela OHIV- . Ngiyaxolis­a kophuzayo, obhemayo nodlalayo. Ngitholaka­la kwethi: 074 078 4670 noma ngeSMS ku-064 450 4743. NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-31 ubudala, ocela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka ephakathi kuka-26-36. Makube ngomi kahle, osebenzayo nohlala ethekwini namaphethe­lo. Ngitholaka­la ku: 078 535 5634.

Qaphela: Kuphoqelek­ile ukuba bonke ababhalela le ngosi bafake nekhophi ye-id enesigxivi­zo (certified), bese bethumela ekhelini elithi P.O. Box 2159, Durban 4000. Bangathume­la nakwi-email address ethi: editor@ilanganews.co.za

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa