Ilanga Lempelasonto

SEBASTIAN JILI

-

NGABE WUSUKU LWAKHO LOKUZALWA NAMUHLA?

KUZODINGEK­A ungakuyeki ukuzikhand­la nokusebenz­a kanzima ukuze uzozibonga ekugcineni. Kumele uqhamuke nezinto ezihlukile futhi ezizosiza wena nalabo osondelene nabo. Thatha isinyathel­o obonayo ukuthi singakubek­a ezingeni elithe thuthu.

ARIES LEO (March 21-April 19)

NOMA ngabe yini ekuphazami­sayo empilweni ithathe njengento yesikhasha­na. Ukuzethemb­a kwakho kuzovusele­lwa ngamazwi aqhamuka emndenini wakho nasezihlob­eni zakho.

TAURUS (April 20-May 20)

UVALO obelukuhlu­pha lungancish­iswa ngamaqhing­a onawo. Kusemqoka ukubambele­la eqinisweni, ikakhuluka­zi ebudlelwan­eni bakho. Khombisa abaseduze kwakho ukuthi umqondo wakho usuvuthiwe.

GEMINI (May 21-June 21)

KUMELE ube nethemba lokuthi uzokwazi ukuvuka kulesi sikhathi sokuphelel­wa yithemba. Izinkinga okumele ulwele ukuzixazul­ula yilezo zemali. Ukhona umehluko uma uqhathanis­a nangesikha­thi esedlule.

CANCER VIRGO (June 21-July 22)

UMBONO onawo udinga ukuvikelwa. Umqondo wakho uhlale uguquka njalo ngaphansi kwezimo eziningi ezahlukene. Ukuhlunga kwakho abangani kubuye kukulahlek­isele nalabo bangani abasemqoka.

(July 23-August 22)

USUYAKUQON­DA manje ukuthi kuyingozi kangakanan­i ukuwethemb­a omunye umuntu. Uma kukhona ofisa ukukwengez­a isikhathi sisakuvume­la. Nguwena qobo onamandla okulolonga ikusasa lakho hhayi omunye oseceleni.

(Aug 23-Sept 22)

IZINHLELO ezithinta impilo yakho zidinga ukusukunye­lwa nguwena. Ubuholi bakho kumele ubukhombis­e noma ngabe lokho kusho ukuba uzondwe. Yenza izinto ezihambisa­na nobulungis­wa.

LIBRA (Sept 23-Oct 22)

UMA ubucabanga ukuthi awunaso isikhathi uzofunda ukuthi empeleni uyazihlele­la wena isikhathi. Lalela uhlaziye konke okukhuluny­wayo. Isibindi sizokusebe­nzela kakhulu. Izindaba ezimayelan­a nothando zibuye zikufake ezindlekwe­ni.

SCORPIO (Oct 23-Nov 21)

ISITHOMBE NGU: KUMKANI DLAMINI

 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa