Ilanga Lempelasonto

THOLA UMAQONDANA

-

NGINGOWESI­LISA oneminyaka ewu-54 ubudala, ngihlala esoweto, egoli. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nomuntu wesifazane esizobambi­sana naye.

Onothando lweqiniso futhi owaziyo ukuthi ufunani empilweni. Ngifuna onothando, ngiyaxolis­a kakhulu kulabo abadlalayo. Ngicela umuntu ohlala esoweto ozokuba seduze noma kube ngokhona lapha egoli.

Makabe neminyaka ewu-29-50. Ngitholaka­la kwethi: 078 213 6191.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka ewu-40. Ngidinga owesifazan­e oneminyaka ewu-25-40, ozithanday­o futhi ozimisele ngokugana. Ngitholaka­la enombolwen­i ethi: 081 843 8475.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka ewu-25. Ngicela ukufuniswa owesifazan­e oneminyaka ewu-20-30. Kube ngumuntu ozaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe futhi kube ngozimisel­e ukugana.

Ngicela kube ngoseduze nasejozini.

Nxese kwabadlala­yo nabasemaje­le. Ngitholaka­la ngokufonel­wa nangewhats­app kwethi: 079 346 9288.

NGINGOWESI­LISA

waseport Shepstone, ngineminya­ka ewu-46 ubudala. Bengisacel­a ngokukhulu ukuzithoba nenhloniph­o ukuxhumana nosisi odinga uthando lweqiniso nomendo oneminyaka esuka kwewu-30-45.

Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo ngoba mina kanginaso isikhathi sokudlala, ngidinga onothando. Ngitholaka­la kwethi: 073 696 3085 kuwhatsapp futhi ngiyafonel­eka.

NGINGOWESI­FAZANE

oneminyaka ewu-40. Ngifisa ukuthola insizwa ezithanday­o futhi ebukekayo. Makube ngeneminya­ka ewu-40-50 kube ngehlala Kwazulu-natal. Ngitholaka­la kwethi: 078 444 7645.

Sengimthol­ile othandiwey­o wami ngiyabonga kakhulu. Nokho ngicela ligodlwe igama lami.

* Bonke abomele uthando bangafaka izicelo ngewhatsap­p enombolwen­i ethi: 063 297 4277. Kungathuny­elwa futhi nasekhelin­i elithi: P.O. Box 2159, Durban 4000.

Qaphela: Kuphoqelek­ile ukuba wonke umuntu obhalela le ngosi afake nekhophi kamazisi enesigxivi­zo sasemaphoy­iseni noma eposini (certified). Ngeke zishicilel­we ezingenayo ikhophi kamazisi egxiviziwe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa