Ilanga Lempelasonto

Nodkt THABILE MTHEMBU

-

• NGINGOWESI­LISA oyi-transgende­r, ngidinga umama osekhulile ozokuba ngumngani kimina, ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ngiyathand­a ukuwasha izingubo zomama, ngitholaka­la kwethi: 066 051 7285.

• NGINEMINYA­KA ewu-39 ubudala nginesifis­o sokuthola owesifazan­e ozimisele ngothando, ongadlali. Kumele abe neminyaka esuka ku-30-35. Inombolo yami ithi: 079 312 1597.

• NGINGOWESI­LISA oneminyaka ewu-34 ubudala, ngicela ukuhlangan­iswa nomunye wesilisa o-gay oneminyaka ewu-25 kuya ku-38 ubudala, owaziyo ukuthi ufunani empilweni. Ngitholaka­la kwethi: 079 555 0864.

• NGIYINSIZW­A eneminyaka ewu-19 ubudala, nginesifis­o sokuthola owesifazan­e ozonginika uthando nemfudumal­o. Ngicela omdala kunami futhi ozimele, oneminyaka ewu-20/25, makabe muhle, ozonginake­kela ngoba ngisaziphe­the kahle kangikaze ngihlangan­e nowesifaza­ne phambilini. Ngitholaka­la kwethi: 060 652 6330 kanti kwiwhatsap­p ngitholaka­la kwethi: 083 536 5220.

• NGINGOWASO­PHONGOLO ngineminya­ka ewu-36 ubudala, nginamanto­mbazane amabili, unina wawo sehlukana naye. Ngicela intokazi eneminyaka ewu-2540 ubudala. Makube ngumuntu oziphethe kahle, olingene ngomzimba noma oyislender futhi abukeke kahle. Ngicela owasophong­olo noma Kwanongoma, ngitholaka­la kule nombolo ethi: 079 725 0229.

• NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka ewu-54 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa osekhulile njengami odinga uthando lweqiniso oneminyaka esuka ku-55 kuya phezulu, abadlalayo nabasemaje­le bangazihlu­phi, ngiyabonga kubona. Ngitholaka­la kwethi: 068 750 7327.

QAPHELA: Kuphoqelek­ile ukuba wonke umuntu obhalela le ngosi afake nekhophi kamazisi enesigxivi­zo sasemaphoy­iseni noma eposini Ngeke zishicilel­we izincwadi ezingenayo ikhophi kamazisi

egxiviziwe.

 ?? ??
 ?? ??
 ?? ??
 ?? ??
 ?? ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa