Ilanga Lempelasonto

Yisukumele eyokungabi nelukuluku locansi

EZASEKAMEL­WENI: NODKT THABILE MTHEMBU

-

UKULANGAZE­LELA noma ukuhalela ucansi kubizwa ngokuthi yilukuluku locansi. Siyazi ukuthi abesilisa nabesifaza­ne banelukulu­ku locansi kodwa abesilisa bavamise ukuba nelukuluku elithe xaxa kunabesifa­zane. Ngisho kunjalo nabo abesilisa ilukuluku labo kalilining­i.

Lapho sikhuluma ngelukuluk­u lomuntu, sikhuluma ngaye eziqhathan­isa nesikhathi esingapham­bili. Ungalinge uzifanise nomunye umuntu. Ngiyaqonda ukuthi kuyisimo esibuhlung­u kangakanan­i ukuhalela into kodwa uma isiphambi kwakho ivele ingabe isadleka. Indaba yelukuluku singacishe siyifanise nokudla.

YINI ENGENZA UKUBA ILUKULUKU LAKHO LEHLE?

Yizifo ezithile; Wukucindez­eleka komqondo; Ukusebenzi­sa amaphilisi noma imithi ethile; Wukungalal­i kahle; Wukungawun­yakazisi umzimba;

Nokungadli kahle.

Siyazi ukuthi ukwehla kwelukuluk­u isikhashan­a kungenzeka noma ngabe yikubani ngesinye isikhathi. Kodwa lapho uzibona ungabuyi kusho ukuthi ungasukuma uzame ukuthola usizo.

UUYINI ONGAYENZA NGAPHAMBI KOKUYOTHOL­A USIZO?

Kubaluleki­le ukuthi lapho ubona ushintsho oluthile, uqale ubheke ukuthi ngabe yini lena ongayenzi kahle. Lokhu kungaba wukudla ukudla okunomsoco, ugweme ushukela namafutha.

Ukudla okunempilo kuneqhaza elikhulu kabi ekukhuphul­eni ilukuluku nasekuvike­leni izifo zasekamelw­eni.

Lapho usudla kahle, khumbula nokubalule­ka • NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka ewu-57 ubudala. Ngicela ukuxhunyan­iswa nobaba osekhulile oneminyaka ewu55-70 ubudala owaziyo ukuthi ufunani empilweni. Ngicela ubaba ozoba wubambo lwami, ongenaso isikhathi sokudlala ngothando.

Ngifisa kube ngubaba onokuthula emoyeni wakhe, abe nothando olujulile. Abasemajel­e nabadlalay­o ngiyaxolis­a kakhulu kubona ngoba mina ngidinga umuntu esizoguga ndawonye naye. Ozimisele ngalolu thando angangithi­nta kokuzivoca­voca, ngoba lokhu kusiza ukuvikela izifo ezithile. Khumbula ukuthi uma sikhuluma ngokuzivoc­avoca, siqinisa kakhulu ekugijimis­eni inhliziyo, i-cardio ngamanye amazwi.

KAWUZIYEKE­LI AMAPHILISI EZINYE IZIFO

Uma unezifo ezithile kubaluleki­le ukuqikelel­a ukuthi zihlala zihlelekil­e, ziyelashwa ngamanye amazwi. Izifo ezinjengos­hukela kubaluleke kakhulu ukuba zihlale zisesimeni esihle, ukuvikela ukulimala kwenkonzo yasekamelw­eni nelukuluku lokuyongen­a kuyona. Kubaluleki­le nokukhumbu­la ukuthi kakusiwona nje kuphela ushukela olimaza ekamelweni kodwa nezinye izifo ziyakhubaz­a. Kubaluleki­le ukuthi lapho ubona ushintsho ekubeni usanda kuqala amaphilisi noma ubukade ushintshe amaphilisi kulezi zinombolo ezithi: 073 771 4731 noma kwethi: 081 489 4629.

• NGINGOWESI­LISA oneminyaka ewu-65 ubudala. Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne onesizungu, makabe neminyaka esukela kwewu-53-60 ubudala. Ngitholaka­la kwethi: 069 847 1788.

• NGINGOWESI­FAZANE oyisikhwis­hikhwishi, engabe ukephi webaba engizomtha­nda, ngishanele igceke lomuzi kababezala wami, kusempondo­zankomo. Ngiphinde ngivuse umamezala wami obuwadla, ubikele udokotela noma umhlengika­zi wakho, ukuze abheke ukuthi kakusiwona yini adala inkinga.

Kawuziyeke­li amaphilisi ngoba usola ukuthi akubangela inkinga ngoba lokho kungaba nomphumela omubi nakakhulu.

KUMQOKA UKUVAKASHE­LA UDOKOTELA

Uma usuzame konke lokhu wehluleka ukubuyisa ilukuluku, kubaluleki­le ukuvakashe­la udokotela wakho ukuze athole ukuthi yini eyenza wehlelwe wumdlandla wokulangaz­elela inkonzo. Lokhu uzokwenza ngokukubuz­a imibuzo, akuhlole, aphinde akuthathe negazi.

Lokhu kuzomsiza ukubona ukuthi yini umsuka wenkinga yakho. Abaningi bakholelwa ekutheni lapho wehlelwe yilukuluku kumele uthole i-testostero­ne, kanti lokhu kakusilona iqiniso nakancane. I-testostero­ne iba nemiphumel­a emihle lapho umuntu ehlelwe yi-testostero­ne.

MUBIKELE NGAZO ZONKE IZINKINGA UMA UYOHLOLWA

Lapho wenza ukuhlolwa kwaminyaka yonke (annual medical checkup) kubaluleki­le ukubikela udokotela wakho ngazo zonke izinkinga obhekene nazo ekamelweni. ngomdokwe noma itiye. Ngithande wonke umndeni wakho. Yiba phakathi kweminyaka ewu-47 kuya kwewu-65 ubudala.

Ngitholaka­la ngo-21h00 kuya ku-23h00 ngenxa yesimo somsebenzi, emini kazivunyel­we izingcingo. Ngitholaka­la kwethi: 079 312

6512 noma 083 998 0586.

• NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka ewu-56 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa ophakathi kuka-58 kuya ku-60 ubudala. Kumele kube ngumuntu owaziyo ukuthi ufunani empilweni, osekhathel­e

Uma unesifiso sokusoka, udkt Thabile Mthembu ukwenza mahhala lokhu kepha kumele ufone kuqala ukubhukha. Usebenzela eblue Clinic, emaxwell Centre ngasecity Hospital, ethekwini. Utholakala enombolwen­i ethi: 031 309 1832.

• yizinto zomhlaba, ofuna uthando lweqiniso. Abadlalayo mabakhohlw­e, ngiyakhonz­a. Ngitholaka­la kwethi: 076 295

7859 noma kwethi: 063 758 6544.

• Bonke abomele uthando bamukeleki­le ukufaka izicelo ngewhatsap­p enombolwen­i ethi: 063 297 4277. Kungathuny­elwa futhi nasekhelin­i elithi: P.O. Box 2159, Durban 4000.

QAPHELA:

 ?? ?? UKWEHLA kwelukuluk­u locansi yisimo esingehlel­a noma ngubani, kumqoka ukuyisukum­ela le nkinga ingagcini ilimaza ubudlelwan­o bakho bezothando.
UKWEHLA kwelukuluk­u locansi yisimo esingehlel­a noma ngubani, kumqoka ukuyisukum­ela le nkinga ingagcini ilimaza ubudlelwan­o bakho bezothando.
 ?? ??
 ?? ??
 ?? ??
 ?? ??
 ?? ??
 ?? ??
 ?? ??
 ?? ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa