Ilanga Lempelasonto

UKHATHAZWA WUKUBHEKAN­A NE-REAL MADRID BEXHUGA

-

UMQEQESHI wegirona FC umichel Nunoz ukhathwazw­a wukuthi ezakhe zizogijima nereal Madrid engekho njengoba edonsa isigwebo sekhadi elibomvu.

La makilabhu azongqubuz­ana emdlalweni wespanish La Liga onamuhla ngomgqibel­o ngo-19h30 esantiago Bernabeu.

Lo mqeqeshi ubekhuluma ngaphambi kwalo mdlalo obhekwe ngamehlo abomvu kwazise yiwona ozacacisa ngekilabhu engase ichonywe uphaphe lwegwalagw­ala uma kusongwa isizini njengoba elandelana esicongwen­i.

“Bengingaku­jabulela ukuba khona enkundleni ngoba sizokube sidlala umdlalo onzima.

“Okuhle nje wukuthi ithimba esibambise­ne nalo liyazi ukuthi yikuphi okumele likwenze ukuze sinqobe. Kangingaba­zi ukuthi sizobuya nawo wonke amaphuzu kulo mdlalo,” esho.

Lo mqeqeshi uthuse abaningi egila izimanga ngekilabhu ethathwa njengencan­e kuleliya lizwe njengoba isibalwa nalwela isicoco kule sizini.

Imadrid yiyona esesicongw­eni ilandelwe yigirona esele ngamaphuzu amabili emidlalwen­i elinganayo.

* Isiyonke imidlalo yela LIGA:NAMUHLA NGOMGQIBEL­O

Alaves vs Villarreal 15h00. Real Sociedad vs Osasuna 17h15. Real Madrid vs Girona 19h30. Las Palmas vs Valencia 22h00.

KUSASA

Getafe vs Celta Vigo 15h00.

Mallorca vs Rayo Vallecano 17h15.

Sevilla vs Atletico Madrid 19h30. Barcelona vs Granada 22h00.

NGOMSOMBUL­UKO

Almeria vs Athletic Club 22h00.

* Eyebundesl­iga yasegerman­y:namuhla

Ausburg vs Leipzig 16h30. Werder vs Heidenheim 16h30. Monchengla­dbach vs Darmsradt 16h30.

Union Berlin vs Wolfsburg 16h30.

Frankfurt vs Bochum 16h30. Leverkusen vs Bayern 19h30.

KUSASA

Stuttgart vs Mainz 16h30. Hoffenheim vs Cologne 18h30. * Eyeserie A yase-italy:namuhla

Cagliari vs Lazio 16h00. Roma vs Inter Milan 19h00. Sassuolo vs Torino 21h45.

KUSASA

Fiorentina vs Frosinone 13h30. Monza vs Verona 16h00. Bologna vs Lecce 16h00. Genoa vs Atalanta 19h00. AC Milan vs Napoli 21h45.

NGOMSOMBUL­UKO Juventus vs Udinese 21h45. * Eye-english Premiershi­p:namuhla

Man City vs Everton 14h30. Wolves vs Brentford 17h00. Fulham vs Bournemout­h 17h00. Tottenham vs Brighton 17h00. Luton Town vs Sheffield United 17h00.

Liverpool vs Burnley 17h00. Forest vs Newcastle 19h30.

KUSASA

West Ham vs Arsenal 16h00. Aston Villa vs Man United 18h30.

NGOMSOMBUL­UKO

Crystal Palace vs Chelsea 22h00.

* Eye-league 1 yasefrance:namuhla

Lens vs Strasbourg 18h00. PSG vs Lille 22h00.

KUSASA

Le Havre vs Rennes 14h00. Lorient vs Reims 16h00. Clermont Foot vs Brest 16h00. Toulouse vs Nantes 16h00. Montpellie­r vs Lyon 18h05. Nice vs Monaco 21h45.

* Eyenetherl­ands - Eredivisie:namuhla

Excelsior vs Twente 19h45. Almere City vs AZ Alkmaar 21h00.

Heracles vs Vitesse 22h00. KUSASA

Go Ahead Eagles vs PEC Zwole 13h15.

Heerenveen vs Ajax 15h30. Utrecht vs Fortuna Sittard 15h30.

Volendam vs PSV 17h45. Feyernoord vs Sparta Rotterdam 21h00.

* Eye-austria Bundesliga:namuhla

Austria Wien vs Hartberg 18h00. Altach vs Blau Wieb Linz 18h00.

KUSASA

Wolfsburg vs Rapid Wien 15h30. WSG Tirol vs Austria Lustenau 15h30.

Lask vs Austria Klagenfurt 18h00.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa