Ilanga Lempelasonto

Thola uthando!

-

NGINGOWESI­LISA oneminyaka ewu-40 ubudala, kangiphuzi futhi kangibhemi, ngiyabukek­a kodwa ngisejele, sengizophu­ma. Ngifisa ukuthola owesifazan­e engizoqala naye impilo kodwa angangitha­thisi okwesibosh­wa ngoba sengikhuli­le emqondweni futhi ngifundile nasemaphut­heni ami. Ngitholaka­la kwethi: 072 741 0934.

NGIYINTOKA­ZI eneminyaka ewu-30 ubudala, ngidinga ubhuti ozaziyo ukuthi ufunani. Ngicela kube ngumuntu othanda ukufunda, onomqondo webhizinis­i. Makube ngoneminya­ka esuka kwewu-30 kuya phezulu. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo nabasemaje­le bangazihlu­phi. Ngitholaka­la kwethi: 071 068 4234.

NGINGOWESI­FAZANE, ngidinga indoda enothando lweqiniso esidelile ngokomhlab­a, esifuna injabulo othandweni. Ngitholaka­la kwethi: 078 883 4501.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka ewu-42 ubudala, ngicela ukuhlangan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka esukela ku-35-55 kodwa ngisejele, kangibhemi, kangiphuzi, ngiyasonta futhi bengifunda ngaphakath­i kuningi engikufumb­ethe.

Kangifune muntu ozongondla, ngifuna engizoqala naye impilo entsha njengoba sengizophu­ma. Ngitholaka­la kwethi: 061 197 7445 noma 068 750 7555 (Whatsapp).

NGIYINSIZW­A eneminyaka ewu45 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nosisi oneminyaka esuka ku-35 kuya phezulu, odinga uthando lweqiniso nomendo. Ngitholaka­la kwethi: 072 061 1186 (Whatsapp).

NGINGOWESI­LISA ocela ukufuniswa owesifazan­e oneminyaka kusukela kwewu-50-60. Makabe seduze nomgungund­lovu kube ngozimisel­e ngothando. Ngitholaka­la kwethi: 071 810 7381.

ILANGA lishonile manje! Ngingowesi­lisa ngicela ukufuniswa umuntu ozoba umakoti, omi kahle, opakishile. Ngineminya­ka ewu-50, ngihlala ngedwa ekhaya futhi ngiyaseben­za.

Kanginanki­nga nomuntu ophuzayo, sizoziphuz­ela sobabili ekhaya, sizikhiphe sishaywe wumoya. Ngikhonze umabonakud­e, ibhola nama-soapie. Ngitholaka­la kwethi: 083 396 1611.

Bonke abomele uthando bamukeleki­le ukufaka izicelo ngewhatsap­p enombolwen­i ethi: 063 297 4277. Kungathuny­elwa futhi nasekhelin­i elithi: P.O. Box 2159, Durban 4000.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa