Ilanga

ISIXAKILE EYE-SKIN BLEACHING KOSAZIWAYO

-

NAKANJANI kuzoba yimpelason­to emnandi lena kwabaningi, njengoba kuzobe kuyi- longweeken­d futhi abanye beholile. Iyahlupha-ke i- longweeken­d ehambisana nokuphela kwenyanga ngoba yenza abantu badle imali baphaphame isiphelile. Just a little piece o fadvice to all of you,

our dearest readers: Sithi nje jabulani nizibheke. Don’t waste your money. Remember, excessive alcohol intake is not good at all.

Sibuyele kwesinipha­thele zona namhlanje: Hhayi bo, ake nibabaze nanka amanzi engena endlini, kanti kungeneni kule radiostati­on okuthiwa yiMetro FM!

Kuyamangaz­a ukuthi sekuphinde kwashiya abanye oDJ abebeyingx­enye yalo msakazo. Baqinisile abathi ithi ingaba nkulu ingabe isazekeka! Sengathi iMetro FM idinga umthandazo, kukhona okungahamb­i kahle. Lukhona udaba olugcwele ku-page 3. Sisekuwo u-page 3 - abekho abantu abaklwebha­na njengabacu­li bakamaskan­di. Sebesusene futhi. Zizwele ukuthi kubangwani-ke thistime.

Le ndaba ye- skinbleach­ing idla lubi impela futhi iyakhathaz­a ngoba inobungozi. Siyazibuza nje ukuthi yini eyenza abantu bangabicom­fortable ngebala labo? Sikhuluma ngayoke le ndaba kwi- lifestyleo­npage 8. Khona lapho uzothola ne- mancrush ezokuconsi­sa amathe. Ngenxa yokuthi ziningi kakhulu izithombe zaseYadini ezinhle esizithola­yo futhi esicabanga ukuthi ungathanda ukuzibona, sithe nje asizendlal­e on bothpage 6 & 7 kulokhu, uwashe amehlo.

Sikuphathe­le-ke nengosi yakho esemqoka i- careers, ezothando, ezemisakaz­o, obhululu, neTV kanye neyezobuch­wepheshe. Havealovel­yweekend!

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa