Ubuhle bendalo
LELI dlamthunyana nguNomathamsanqa Ngonyama (18), waseSiyanda, KwaMashu, enyakatho yeTheku, lihamba uMkhosi woMhlanga. Kulezi zinsuku limatasa nezivivinyo zebanga le-12 ePhembisizwe High School. Liyasina kanti liyazifela ngomculo wesintu.