UYELULAMA UNDLUNKULU IRENE BUTHELEZI

Ilanga - - Izindaba - INTATHELI YELANGA editor@langanews.co.za

EMUVA kwemibiko ephume kwabezindaba izolo ngoLwesithathu mayelana nokuba buthaka kukaNdlunkulu Irene Buthelezi (uMaMzila), oyinkosikazi woMntwana waKwaPhindangene, iNkosi Mangosuthu Buthelezi, ongumengameli we-IFP, kuvele kamuva ukuthi angase aphume noma nini eRichard’s Bay Clinic lapho elashwa khona.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.