SISABALELE KANGAKANANI?

Ilanga - - Izindaba -

Siyethusa isibalo sabantu ababulawa yilesi sifo nabagcina bekhubazekile ngenxa yaso eNingizimu Afrika nasemhlabeni jikelele. Kuleli bawu-240 esibaphathayo, kulesi sibalo abawu-70 bayadlula emhlabeni.

Abanye bayalulama ngokugcwele kodwa iningi labo lisala nokukhubazeka okuthile unomphelo. Lesi sifo kasigcini nje ngokukhubaza impilo yemihla ngemihla yesiguli, kepha izihlobo zaso zisala zikhandlekile ngezindlela eziningi.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.