ABAFUNDI ABASHONILE

Ilanga - - Izindaba -

KWENZIWA lo mkhankaso wezindu zangasese nje, kusanda kushona uLumka Mketwa (5) obefunda eLuna Primary School, eBizana, eEastern Cape, emuva kokuba engene emgodini wendlu yangasese esikoleni.

Abazali bakhe kuthiwa bamfuna kwaphela usuku lonke emuva kokuba engabuyanga nezinye izinga- ne kuphuma isikole, waze watholakala ngakusasa ecwile emgodini wendlu yangasese.

Ngo-2014 kushone umfundi waseMahlodumela Primary ePolokwane, eLimpopo, uMichael Komape, naye ophoseke emgodini wendlu yangasese.

[email protected] co.za

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.