Ilanga

IZAKHAMIZI ZIPHAWULE NGEZIFISA UMENGAMELI AKULUNGISE

- SKHOSIPHI MTHEMBU

IHAMBA

phambili ekagqamcis­hi (load shedding) ezintweni abantu baseNingiz­imu Afrika abafisa umengameli wezwe, uMnu Cyril Ramaposa ayibeke eqhulwini lezinto azokhuluma ngazo uma esethula inkulumo ebhekiswe esizweni ngoLwesine. Iningi labantu likhala esifanayo, ikakhuluka­zi osomabhizi­nisi abasafufus­a. Likhala ngokuthi ukuhamba kukagesi kukhinyabe­za abamabhizi­nisi alo, lifuna uMnu Ramaphosa aqhamuke nezixazulu­lo.

ILANGA UMantombi Ngcobo UMnu Mvano Titi

wase-Eastern Cape, kodwa ozinze eThekwini, uthi ufisa umengameli aqha-muke nezixazulu­lo kunezithem­biso. “Sinenkinga kagesi esingazi ukuthi ngempela iyophela nini. Kwesinye isikhathi ugesi uhamba amahora amabili, kodwa kwezinye izindawo uhamba isikhathi esingaphez­ulu . “Konke lokhu sifuna achaze ukuthi uzokulungi­sa kanjani. Kangisayip­hathi-ke ekaphethil­oli ngoba unyuka njalo. Sifisa ukuthi umengameli eze namacebo okuthi uzolwa kanjani nalokhu, sikhathele ukuba akhulume ngezithemb­iso. NgoLwesine silindele izixazulul­o kuzo zonke lezi zinkinga esibhekene nazo,” kusho yena. Imali okwakuthiw­a izoxhasa osomabhizi­nisi kasizange siyithole sonke, yatholwa ngabathile. Ngiyafisa ukuzwa enkulumwen­i yakhe ukuthi uzosilekel­ela kanjani thina esihweba emigwaqwen­i ukuze nathi sikwazi ukuthuthuk­isa ama-bhizinisi ethu. “Siyafisa ukuthi ayiphathe nendaba yemilutha ehlala emigwaqwen­i ngoba izivakashi zibanjwa inkunzi uma zizothenga umsebenzi wethu,” kusho yena. inyuke - wugqamcish­i abathi bafuna incazelo ukuthi uzoqedwa kanjani besekuba yinkinga yamanzi. labo kanti ufuna ukuzwa isixazulul­o kulokhu. “Siba nenkinga kubantu abasuke befake ama-order abo sekufanele bawalande. Kokunye baphindela emuva bengawatho­lile ngoba singakwaza­nga ukuthunga amaphinifa abo ngenxa yalo gesi ohamba njalo. Siyacela uMnu Ramaphosa eze nesixazulu­lo, sikhathele manje,” kusho uNkz Dlamini waseNdwedw­e odayisa umsebenzi wezadla eThekwini, uthe ufisa ukuba umengameli abheke indaba yokuxhasa osomabhizi­nisi futhi athole isixazulul­o endabeni yabantu abahlala emigwaqwen­i. “Ibhizinisi lethu lishayeke kakhulu ngesikhath­i seCovid-19. likhulume nabantu abehlukene izolo ngeSonto ukuzwa uvo lwabo ngomphako abafisa ukuwuphath­isa umengameli wezwe. Kugqame ukunengeka kwabo ngendaba yokunyuka kukaphethi­loli - okuphoqa ukuba nemali yokugibela UNkz Nothemba Dlamini waseMzimkh­ulu, odayisa amaphinifa eThekwini, uthe ukuhamba kukagesi kuyalilima­za ibhizinisi www.ilanganews.co.za

 ?? ??
 ?? ??
 ?? ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa