IBafana isidayise kwiSeychelles ngolwandle

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

IBAFANA Bafana iyaxaka kodwa kwesinye isikhathi. Silindele ukuthi iphinde lezi zimpushana eziyiSeychelles ngo-6-0 ifike ilibala ukushutha olwandle ibuya ingashayanga goli.

Ngoba ulwandle sinalo nje la eThekwini, yini enididise ngolwaseSeychelles?

Seningaze nidayise ngathi ngoba nakhu nijatshuliswe ukubona ulwandle lwaseSeychelles.

Nilula kodwa madoda, nidotshwa ngolwandle into eninayo nani nadobeka ngempela.

IBAFANA eSeychelles

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.