Uziphendule ihlaya umama osebenza kwaSars

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

ANGAZI ngingayichaza ngiyithini eyalo mama oyisikhulu esiphezulu sakwaSars, uMmamathe MakhekheMokhuane.

Ngilalele ingxoxo abenayo neSABC ngendaba ye-e-Filing kwaSars kodwa namanje angazi ukuthi ubethini.

Kukhona lapho eke wabuzwa khona ngohlelo lwe-e-Filing, uvele wathi ngeke akwazi ukuphendula lowo mbuzo ngoba usanda kufika kaSars.

Esexinwa ngemibuzo uvele wacela ukuthi intatheli imvikele. Izimali zabakhokhi bentela ziphephile kodwa uma kunje? Bekufanele unqabe ukukhuluma kwithelevishini kunokuthi uzenze ihlaya.

MMAMATHE Makhekhe Mokhuane

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.