UNuz Queen ufuna udumo ngokukhulelwa

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

NGIHLALA ngizwa kuthiwa umuntu okhulelwe isisu simenzisa izinto angaqondile ukuzenza.

Sengathi uNuz Queen sidlala ngaye kakhulu ebe evele ezididekele.

Abaculi bangempela baqala ngokuduma bagcine ngokukhulelwa.

Akuthi zibekwa nje baqhamuke sebeqhunsule isisu bengakaziwa nokwaziwa.

Ufuna ukuduma kanye nengane yakho yini Nuz Queen? Kwakhona ukuthi uze uzishuthe unje usithathephi isibindi esingaka?

UNUZ Queen

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.