Sende oweshashalazi

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

anisa . Njengoba u, ndi. ulu iyefana lwa uNandi. nzisa o mdlalo ye ela bha khulunyaka

likamama uSisulu,” kusho uMhlongo.

UMhlongo uthe ezindaweni abazozihambela baxhaswe womasipala bakhona.

Uthe bazoqala eWaterbus Hall, oPhongolo ngoLwesine bese beya ehholo lomphakathi KwaMaphumulo ngo-Okthoba 30.

Kuzona zombili lezi zindawo, uthe bazoqala ngokuba nenkundla yokucobelela ngolwazi lokulingisa entsheni kusuka ngo-9:30 ekuseni bese benandisa ngalo mdlalo ntambama.

Uthe wonke umuntu, ikakhulukazi intsha ekwezobuciko wamukelekile kule nkundla yokucobelela futhi kuzobe kungenwa mahhala.

Abalingisi balo mdlalo, uthe bazobe bekhona bonke, kuzona zombili izindawo.

UMhlongo usungule lo mdlalo kulo nyaka ngenhloso yokugubha ngempilo kaNandi. Uqale ukukhonjiswa ePlayhouse eThekwini futhi baningi abachazekile ngawo ngendlela ohlanganiswe ngayo.

Umlingisi ophambili kuwona yimbongi uNtokozo “Sngqazu” Ngcobo oqalayo

ukulingisa ngawo.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.