Ngiyaqala ukubona izihlobo ezigonana ngalulo hlobo

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

NGIHLALA ngizwa kuthiwa abanye abantu baziphatha kahle izihlobo zabo kodwa sengathi uJaiva Zimnike uzigona kahle ezakhe.

Ngizwe kuthiwa le ntokazi avela nayo ezinkundleni zokuxhumana eyigonile iyisihlobo sakhe.

Awusicobelele phela Jaiva ukuthi wenza ngani wena, uma isihlobo sakho sikhetha ukugona kuwena kunokuzihlalela eceleni.

Ngiyezwa nje kuthiwa noNjoko uhambe ekhala ethi ugone intombi yakhe kanti wena uzama ukumkhombisa ukuthi isihlobo senziwa njani.

ULULU Thando

UJAIVA Zimnike

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.