Uzoze aphuphe uLulu ngoba akaphusheki

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

SENGATHI lo mculi okuthiwa uLulu Thando ophushwa wuSosha, akaphusheki. Sekunesikhathi uSosha emzama kodwa uyanqaba ukuduma.

Into enje iyayekwa Sosha, sizoze singakwethembi kwanawe. Ikusabise ngani le ntokazi osuphenduke isigqila sayo kangaka?

Umuntu uma engafuni ukuduma myeke.

Abantu abanjengalaba abanidonsela izinkinga.

Kodwa nani Sosha niyathanda ukubambelela entweni engayi ndawo. Ayidumi le nqola, yehle.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.