Usezitholele into yokudlala lo somahlaya ngamaketele eZiyanda

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

LO somahlaya onguThenjiwe Moseley, usezitholele into yokudlala njengoba esehlekisa ngamaketelo eZiyanda abizayo.

Ngibone eseshuthe namaketelo akhe angcolile ewabhale ukuthi Ziyanda.

Ungathi uwabhale ngelahle. Sicela umnikazi wala maketelo angayithathi ngendlala lento, uzihlekanisa nabantu.

INTOKAZI esine kwavela iphenti elidabukile

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.