Ojoyine u izinkakha ezam

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA - S’BU MASANGO

UMLINGISI omusha woZalo ubonga izinkakha ezamcija ukuze agcine esebizwa emidlalweni emikhulu. UMthandeni Mbambo olingisa indawo kaJackson oyimpunyela kuZalo, uthulela isigqoko oLeleti Khumalo, Bheki Mkhwane, Makalo Mofokeng, John Ledwaba, Mapule Mchunu noLindiwe Dube.

Uthi laba ababalayo babambe elikhulu iqhaza ekutheni abe lapho ekhona njengamanje.

Ngaphandle kokulingisa uthe uyena umbhali wengoma kaDJ Bongz ethi Sobuye Sibonane.

KuZalo uyimpunyela ewumngani noMaNgcobo (Thandeka Dawn King), uzoba nokubhekana ngeziqu zamehlo Sbu (Simphiwe Majozi). Uthe uzogcina kuZalo ngoFebhuwari ngonyaka ozayo.

UMthandeni ozalelwe eShowe kodwa wakhululela eSikhaleni, uthi ukulingisa wayevele ekuthanda esakhula.

“Ngike ngenze iMechanic eMangosuthu University of Technology, ngashiya ngingaqedile ngenxa yothando lokulingisa. Ngajoyina iMbongeni Ngema Academy lapho ngafunda khona ukulingisa, ukucula nokudansa. Umdlalo wokuqala engalingisa kuwona oweshashalazi kaMbongeni, iBhambatha. Ngo2008 ngabizwa uLeleti ukuba ngijoyine iSarafina eyayiya eNigeria,” kusho uMthandeni.

Ngo-2011 ubengumethuli wohlelo lwezemidlalo iWozodlala kwi- 1KZN.

Uke wacula eqenjini le-aca Entsha ebe nohamba oluya eF

“Ngike ngaba ngumlingisi kwiSibaya, Zabalaza naRythm Ngo-2013 ngike ngilingise inda kwiTask Force kuSABC1 nguw ngadlala nakwiBad Throw ek Magic. Nginge

um

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.