Kumvu ukucula

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA - THOKOZANI NDLOVU

UKUCULA ngendawo yobumnandi eYadini Lounge, eseMlaza, uthi kumvulele amathuba okuthi aziwe uMlungisi Buthelezi (21) ozibiza ngoManqonqo emculweni.

Kulezi zinsuku ingoma kaManqonqo ethi: Eyadini, ingenye yezihamba phambili okubhekwe ukuthi ingahlukanisa unyaka.

UManqonqo oqhamuka eZwelisha, eFolweni, uthe ubezwa amanzi ngobhoko ngale ngoma kanti izothandwa.

“Ingoma yami yokuqala le ngicula ngalolu

UMANQONQO uthi imvulele amathuba amaningi ingoma yakhe ethi: Eyadini njengoba eseqashwa nasemicimbini emikhulu ngenxa yayo Isithombe: SITHUNYELWE

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.