Yinde indlela ebheke ezingeni likaKhulubuse

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

UMA kungukuthi uKhulubuse onike lo maskandi okuthiwa uMalahle ihembe elimxegayo, wenze iphutha. Lo mculi usezizwa sengathi unguKhulubuse uma egqoke leli hembe.

Uma ufisa ukufana noKhulubuse sengathi unezifiso ezinkulu kakhulu Malahle. Angikholwa ukuthi isimo okusona manje kwezomnotho siyakuvumela ufike ezingeni likaKhulubuse. UQeks ubona sengathi iseyinde indlela ebheke ezingeni likaKhulubuse.

UMALAHLE

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.