Ifunde ngamaphutha iMalu

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA - THOKOZANI NDLOVU

UKUQONDA uhlobo lomculo olufunwa

abantu, ithi baseKurhuleni, eGoli.

Ngokusho kuka-Oscar, sebeneminyaka engu-15 besemculweni kodwa abazithathi njengoDJ asebevelele ngenxa yokuthi bahlala bezimisele ngokukhula njalo emculweni.

“Sifunde ngamaphutha esiwenzile ngesikhathi sikhipha i-albhamu yethu yokuqala iThe Journey, okwenze sakwazi ukwenza umculo othandwa yibona bonke abantu. Phambilini besivele singene estudio senze ingoma esiyijabulela thina singakubheki ukuthi izokwamukelwa kanjani emisakazweni eyahlukene naseziteshini zethelevishini. Besithi sihambisa umculo wethu eziteshini ezahlukene ufike ungadlalwa. Lokho kwenze sabuyela emuva sabheka amaphutha esiwenzile. Sithathe isinqumo sokuthi siqale sixhumane nemisakazo neziteshi zethelevi lomculo olufunwa nama-video ezingo amathelevishini,”

Echaza ngokuh uthe yena (u-Oscar wemicimbi phamb evele enguD

Uthe ub uMandla emicim asuke eyihlel

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.