Kuzokwethulwa Ihhas

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA - THOKOZANI NDLOVU

INKAKHA yomculi kamaskandi Ihhash’elimhlophe ithembisa into yamehlo ngokuzokwenzeka eBat Centre, eThekwini ngoDisemba 7, njengoba kuzobe kwethulwa ngokusemthethweni Ihhashi Movement.

Ihhashi Movement, yithimba lomaskandi elitholwe ngenhlolokhono eqalwe yiHhashelimhlophe ngenhloso yokuthuthukisa umculo kamaskandi.

Lithe laba baculi bazobe bethulwa ngokusemthethweni eBat

Centre njengoba sebeqophe ne-albhamu yabo behlangene.

“Indlela abaphekeke ngayo abaculi beHhashi Movement, angikungabazi ukuthi abantu bazophuma bedelile ngalolu suku. Akekho ongasidlali isiginci futhi bonke banezingoma zabo umuntu ngamunye, ekwi-albhamu yabo. Kukhona enye abayicula bonke ngokuhlanganyela. Mina ngikhona kwi-albhamu yabo ngenhloso yokubaphelezela nokubenza babe nesibindi njengomuntu osemdala emculweni,” kusho Ih Uthe njengoba sebe baculi, b kung om uku bas bethu

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.