Musa ukuvimba u-AKA ngesoka elingekho Bonang

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

KUZOMELE u-AKA abuye empilweni kaBonang Matheba. Kulezi zinsuku ngizwe kuthiwa uze walala egqoke ingubo abeye ngayo emcimbini eswele umuntu ozomqaqa into ebifaswe ngayo ngemuva.

Asikaze siyizwe into enje kusekhona u-AKA. Okungixakayo uBonang uhlale esiqhoshela ngokuba nesoka kodwa akukhombisi. Sicela ungavimbi u-AKA ngesoka elingekho Bonang.

UBONANG Matheba

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.