Yeka manje ukukhombisa abanye ucikicane Gigaba

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

SIYABONGA Malusi Gigaba wenze ubudoda ngesinqumo osithathile sokwesula emsebenzini.

Siyabona ubumatasa kakhulu ungasakwazi ukuya ekhaya ugcine usuthumela le nto obuyithumela kunkosikazi.

Ngeke sisaba khona manje isidingo sokuthumela ngoba usuzoba nesikhathi sonke nonkosikazi wakho.

Ube yisibonelo esihle, sicela ucathulise nabanye abangase babhekane nesimo esikuvelele ukuthi ubhekana kanjani nalesi simo. Kodwa yeka ukukhombisa abanye ucikicane.

UMALUSI Gigaba

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.