Nesipesheli

Isolezwe ngeSonto - - IZINDABA -

omkhulu kabi ngoba zihola itshe le mali engaphezu kukaR1.5 million ngonyaka.

Abahola uR1.5 million imali yabo izonyuka ngoR60 000 ngonyaka, yimali enkulu kabi leyo.

URamaphosa umholo wakhe uzonyuka ngemali elinganiselwa kuR100 000 ngonyaka, okuzokwenza ahole imali engaphezu kukaR3 million ngonyaka.

ISIPHI isinyathelo esenisithathile ukuphikisa nalesi siphakamiso?

SIMBHALELE incwadi uRamaphosa simnxenxa ukuthi asichithe lesi siphakamiso. Sisalinde izimpendulo zakhe.

NGOKWENU kumele lezi zikhulu zikhushulelwe nini amaholo?

IMIHOLO yazo ihambisana nokusebenza kwazo, bayokhushulelwa mhlazane basebenza ngendlela.

KUZOKWENZEKANI uma uRamaphosa esigunyaza lesi siphamakiso?

SIZOGCWALA imigwaqo, sibe namamashi aphikisa lokhu.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.