Uyaphi ugandaganda emshadweni bakithi?

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

KUSUKA namhlanje ngicela ningaphinde nihlekise ngoNongoma. Abantu okumele kuhlekiswe ngabo manje abaKwaMhlabuyalingana.

Ngibone isimanga kushadwa, abakhaphi befika begibele ugandaganda emshadweni.

Uma kuwukuthi isitayela sakhona lesi, qhubekani naso, siyabheda. Bavumeleni bona abebeshada uMnuz Skhumbuzo Ngwenya nomkakhe uThandiwe.

UGANDAGANDA osuse ukukhuluma

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.